Sjava – Intombi Lyrics

Sjava – Intombi Lyrics

Lyrics For Intombi by Sjava

Auuw gege la’gege ntombi za mgegele
awkho soka ladla kahle imbhani ekhaya
Intombi ishelwa nga manga
Ng’the an’gsi Isghebengu
Ng’the ang’phuzi, ang’bhemi
Intombi ishelwa nga manga
Ng’the ang’si Isghebengu mina sisi
Ang’phuzi, ang’bhemi

Uthi uya ng’faka? Noma uya ng’khipha?
Ma ung’khipha ung’khiphe ek’hluphekeni, ung’fake
entlizweni yakho
Uthi uya ng’faka? Noma uya ng’khipha?
Ma ung’faka ung’fake entlizweni yakho, ung’khiphe
ek’hluphekeni
Wee ntombi a ume lapho (nayi inkulumisano)
Miss’wa imina, umisswa uMendo (umshato
okhulumayo)
Eish
Ng’the yaz ng’lahle inumber yami (okwami kwe zangca)
Ng’cele ung’nike yakho (ng’yazi iqala ngo zero)
Ng’the agekho omunye omuhle k’nawe umhlaba wonke
Jikeleleee
Ng’the agekho omunye omuhle k’nawe umhlaba wonke
Jikeleleee

Intombi ishelwa nga manga
Ng’the ang’si Isghebengu mina sisi
Ang’phuzi, ang’bhemi
Uthi uya ng’faka? Noma uya ng’khipha?
Ma ung’khipha ung’khiphe ek’hluphekeni, ung’fake
entlizweni yakho
Uthi uya ng’faka? Noma uya ng’khipha?
Ma ung’faka ung’fake entlizweni yakho, ung’khiphe
ek’hluphekeni
Wee ntombi
Ng’the a uqonde
Lashoni ilanga
Ngi k’tsheli into uyodwa

You cannot copy content of this page