Lyrics: Thinah Zungu- Ekugcineni lyrics

Lyrics: Thinah Zungu- Ekugcineni lyrics

Ekugcineni lyrics By Thinah Zungu

[chorus]
Ekugcineni ngize ngahleka nami
Ekugcineni ngize ngajabula nami
Bengithi ngofela lapha
Bengithi kohlala kunjena
Ekugcineni ngize ngaleka nam
[repeat]
.
Namahla nkos’ impela ngaymangala
Njal’ uma ngibhek emuva
Kube wena wawungekho
Ngabe ngafela’ endleleni
Mangibuk’ izim’ eng’dlule kuzo
Mangibhek’ inhluphek’ ongkhiphe kuyo
Ngang’ngazi ekugcineni
Nami ngojabula, nami
Wangenz’ umunt’ uJesu
.
[chorus – leading]
Phakathi kwabezizwe
Waphakamis’ igama lami
Wangenz’ umuntu x2
Ngyabonga Jesu
Kulenhlupheko ebengikuyo
Ngang’ngazi ngophuma nami
Ow ekugcineni baba wam
Bengazi nami ngojabula ngeny’ imini
Ekugcineni
Ngahleka nami x2
.
Phela nam njengo Daniel baba
Wayengazi ukuth’ uyophuma kulowo mgodi
Njengo Ba** impuputhe
Wayengazi nge;ny’ ilang’ uyoona
Njengesishosha echibini
Sasingazi naso sohamba
Kodwa sathwal’ uhlaka lwaso
Sahamba x2
Simemeza sithi…

You cannot copy content of this page