Lyrics: Mondli Ngcobo – Inkanyezi Lyrics

Lyrics: Mondli Ngcobo – Inkanyezi Lyrics

Lyrics to Inkanyezi by Mondli Ngcobo

Bonke labantu abazilutho
ngathi.
Bonke labantu bayafunisela ngathi.
Bonke labantu basfakeli ipressure
ukuth abazi siphumaph nah x2
Inkanyezi isamile emkhathini
Nelanga lisaphuma eMpumalanga
Nezingane zilala zidlile
Kushukuthi uMdali usasbhekile.

Banemibono bathi asithenge
Lokhu nalokhu, nalokhu
mmmmh ahahah akthina labo
Banemibono, bathi asiyeke lokhu
nalokhu, nalokhu no no no aaaahhh aaahhh
Akuthina labo.

Labantu they wanna run our lives
Bonke labantu bayafunisela ngath
Bonke labantu basfakeli ipressure
Ukuth abazi ukuthi sivelaphi nah.

You cannot copy content of this page