Lyrics: Joocy -Thathi Nhliziyo Lyrics

- February 14, 2017 - No comments -

Lyrics to Thathi Nhliziyo by Joocy

[chorus]
Thath’ inhliziyo yam uyiphathe kahle
Ngenze nami ngifeele nje ngabanye
Thath’ inhliziyo yam uyiphathe kahle
Ngenze ngikuthande forever and ever

Impilo yam yonke ngiyiphilela wena baby
Everybody knows uma ngikhuluma ngesithandwa sam
Ngisho wena baby
Angithi nawe uyazi inhliziyo yakho
Ngiyiphathe ngath izobhidlika
Nawe thath’ eyami my darly
Igcwalise ngothabdo olungapheli, phakade

[chorus]
Thath’ inhliziyo yam uyiphathe kahle
Ngenze nami ngifeele nje ngabanye
Thath’ inhliziyo yam uyiphathe kahle
Ngenze ngikuthande forever and ever

Phela mina nunu ng’decidile
Ukuthi ngizokuthanda forever
Everyday I wake up, ngifun’ ukukujabulisa
Mina ngawe ngiyzifela, yes I do
Futhi ngiyaziqhenya yey yeye yeyi
It’s alwayys been my prayer
Ukuthi ngithol ‘umuntu ozongiphstha kahle’
Anginik’ uthand’ olungapheli phakade

[chorus]
Thath’ inhliziyo yam uyiphathe kahle
Ngenze nami ngifeele nje ngabanye
Thath’ inhliziyo yam uyiphathe kahle
Ngenze ngikuthande forever and ever

Read previous post:
AKA & Anatii - Holy Mountain Lyrics
AKA & Anatii – Holy Mountain Lyrics

Lyrics to Holy Mountain by AKA & Anatii [Intro: Anatii] Mmm Mmm Mmm Ah [Chorus] We just lowkey, came unannounced...

Close