Khaya Mthethwa (Joyous Celebration 16) – Opening Medley Lyrics

Khaya Mthethwa (Joyous Celebration 16) – Opening Medley Lyrics

(Let me hear you say…)
Vula vula vula vula vula (vula vula vula vula vula)
Vul’ amehlo wakho (Vul’amehlo wakho)
[Open your eyes]
Vul’ umoya wakho (vul’ umoya wakho)
[Set your spirit free]
Vul’ umusa wakho (vul’umusa wakho)
[Release your mercy]
Ngithi yiso lesikhathi yo ohoho (Yiso lesikhathi yo ohoho)
[This is the time]
Abaprofeta ngaso (abaprofeta ngaso)
[That was prophesied]
Bethi sizaw’ dakwa (bethi sizaw’ dakwa)
[Said we’ll get drunk]
Bese siyaprofeta (Bese siyaprofeta)
[Then we prophet]
(Repeat)

Yiso lesikhathi yo ohoho (Yiso lesikhathi yo ohoho)
Abaprofeta ngaso (abaprofeta ngaso)
Beth’ amandla akho (beth’ amandla akho)
[Saying it’s your power]
Kanye nomusa wakho (kanye nomusa wakho)
[And your mercy]

Ngiyafuna bus’impilo yami
[I want you to bless my life]
(Oooooohhh) Ibe ngeyakho simakade
[Let it be yours Almighty]
(Ohooooohh) Noma ngabe kwenzenjani
[Nomatter what]
(Somandla wena bus’ impilo yam)
[Almighty bless my life]
(Repeat)

Sithi ngob’ intando emnandi (Ingeyakho Simakade noma ngabe kwenze njani)
[For the good will is yours nomatter what]
Somandla wena bus’ impilo yam
(Ngob’intando emnandi ingeyakho simakade noma ngabe kwenze njani)
Somandla wena bus’ impilo

Phakama! Phakama
[Be exalted]
(Phakama! Phakama!)
Noma ngabe kwenze njani
(Somandla wena bus’impilo yam)
(Repeat)

Sithi busa wena bus’ impilo yami
(Busa) ingqondo yami
[Bless my mind]
(Busa) umoya wami
[Bless my spirit]
(Somandla wena bus’ impilo yam)
(Repeat)

Sith’amandla ngawakh’ (amandl ngawakho)
[We say the power is yours]
Nobungcwalisa bungobakho (Nobungcwalisa bungobakho)
[And the glory is also yours]
Uhlel’ esihlalweni (Uhlel’ esihlalweni)
[You are seated on the throne]
Uyabusa naphakade (uyabusa naphakade)
[You reign forever]
(Repeat)

Say ho oh ohoho (ho oh ohoho)
Say ho oh ohoho (ho oh ohoho)
Ho hooho (ho oh ohoho)
Ho hooho (ho oh ohoho)

Masimdumise ngomus’ ongaka
[Let’s praise Him for he is mercyful]
Masiphakamise igama lakhe
[Let us exalt his name]
Masimdumise ngomus’ ongaka
Masiphakamise igama lakhe
Ngob uphakeme uyingcwele akekho onjengawe
[For you’re exalted, holy, there is none like you]

Nguwe wedwa oyilithemba lethu
[You’re our only hope]
Nguwe wedwa oyilihawu lethu
[You’re our only protection]
Asikaze simbone omunye
[We haven’t seen anyone else]
Ofana nawe
[Who is like you]

Say ohoohooooo (Ohohohoooooo)

Nguwe wedwa oyilithemba lethu
Nguwe wedwa oyilihawu lethu
Asikaze simbone omunye

Tagged

You cannot copy content of this page