Kabelo- High I go lyrics

Kabelo- High I go lyrics

(Chorus 4x)
  High I go
  High I go
  Ngiyaphezulu mina noJesu wami
  Ngizohlala ngimuhle
  Phansi kwephiko lakhe
  Akunandzaba kuthi bathini ngami
 mine ngizozwa ngaye
  Wafa kuthi mine ngiphile
  Walamba kuthi ngidle
  Samukhafulela kodwa wasicelela
 ukuthi bas’colele
  Noma usathane engivusa
  Ebhodle kwebhubesi
  Ngiyaphezulu mina noJesu wami
  Ngithi nome engangithusa
  Ebhodle kwebhubesi
  Ngiyaphezulu mina noJesu wami
(Chorus 2x)
  Eh ngithi woza nawe
  Kungaba kuhle mawungabiza abanye
  Bazo bona ukuthi igama lakaJesu
 liyaphilisa bade
  Angizanga ngokudlala la
  Angizanga ngokushaya shaya  la
  UJesu ngiyamphila
  Angimculi kuphela mangikhala
 uyangizwa
  (Cheza!)
  Ngithi nom’elala endleleni
  Athi mina angeke ngindlule
  Ngiyandlula mina noJesu wami
  Eh ke re ke ea fika (Ngiyandlula)
  Eh Ngithi ngiyandlula (Oh Ngiyandlula)
  Akekho ozong’vimba (Ngiyandlulamina noJesu wami)
  Eh ke re le ea sutha (Ngiyandlula)
  uJesu yindlela (Oh Ngiyandlula)
  NgoJesu ziyakhipha (Ngiyandlula mina noJesu wami)
  Phezulu Phezulu (Phezulu) x  2
  Phezulu ngoJesu (ngiyaphezulu mina no Jesu wami)
  Phezulu Phezulu (Phezulu)
  Ngihamba naye (Phezulu)
  Uyang’khokhela (Ngiya phezulu mina noJesu wami)
  Ngiyanqoba
  Oh ngiyanqoba
  Ngiyanqoba mina noJesu wami
  Eh ke re ke ea fika
  Eh ngithi ngiyandlula
  Akekho ozong’vimba a ha!
  Eh ke re le ea sutha
  uJesu yindlela
  NgoJesu ziyakhipha
Tagged

You cannot copy content of this page